top of page

UKUWOHLOKA KWAMANGQAMUZANA OBUCHOPHO

SIYINI ISIFO SOKUWOHLOKA KWAMANGQAMUZANA OBUCHOPHO?

Ukuphazamiseka kwenqgondo   okuqubekayo   okuholela ekuhohlokeni kwamaseli obunchopho.Kuthiwa kanjalo ezejwayelekile  wukuwohloka  komqondo.Kuya phazamiseka amandla  omuntu  wokusebenza  ngokuzimele  ngenxa  yokuwohloka, okuwohloka  okuqhubekayo kokucabanga,ngokuziphatha namakhono omphakathi.

 

IZICI ZENGOZI

  • Ubudala:Ukuguga  kuyaqhubeka  kuyisizathu  esikhulu  esibeka  umuntu engozini .

  • Ingozi ephezulu itholakala   kubantu   besifazane.

  • Umlando womdeni (ufuzo): Ubungozi   obukhulu uma unelungu lomdeni lesiqu sokuqala esinesifo sokuwohloka kwamangqamuza obuchopho (Alzheimer’s)

  • Indlela yokuphila   wedwa   noma sekwephuzile ukudangala

  • Isifo   se-Down   syndrome

  • Ukulimala   kakhulu   ekhanda   kwangaphambilini

  • Ubungozi obandayo   buye babonwa   kulabo   abanamazinga aphansi emfundo.

 

YINI EBANGELA ISIFO SE-ALZHEIMER’S

Amachashazi namathambeka kutholakale   ukuthi   kungubangela   weifo sokuwohloka kwamagqamuza obuchopho.Amachweba  atholakala  phakathi phakathi  kwamagqamuzana obuchopho asafayo  futhi  akhiqizwa kusuka  kumaprotheni  abizwa ngebeta-amyloids.Amathambo  atholakala ngaphakathi kwamagqamuzana ezinzwa futhi  kwenziwa ngeprotheni eyaziwa  ngokuthi  yi-tau.

 

IZIMPAWU

  • Ukwehliswa kwekhono   emandleni   ukwakha noma ukukhumbula ulwazi olusha okungaholela ekuphindaphindweni kwemibuzo   noma ingxoxo,ukubeka  izinto  ngokungafanele,ukukhohlwa  izingxoxo noma imicimbi  kanye /noma  ukulahleka  ezindaweni  ezijwayelekile .

  • Ikhono   eliqanjiwe lokucabanga,ukwenza imisebenzi  eyinkimbankimbi,futhi usebenzise ukwahlulela ngegampofu,ukuqonda kwezokuphepha,ayikwazi ukuphatha imali,ukungakwazi  ukwenza  izinqumo  ezifanele,futhi singakwazi ukuhlela imisebenzi eyinkimbinkimbi.ukusebenzela ngezindlela ezinningi kunzima kakhulu.

  • Ukwehla emandleni okubona, ukuhlahlela   kanye   nokusebenzisa ingqondo ngezinto   okungekho ngenxa   yezinkinga   zamehlo ukungakwazi   ukubona   ubuso,ukuthola  izinto  ngokubuka  okuqondile, ukusebenzisa  amathuluzi alula,noma  ukubeka impahla  engxenyeni  efanele  yomzimba.

  • Ukukhubazeka   kwenkulumo,ukufunda  kanye  noma  ukubhala  njengokuhlupheka  ngamagama ajwayelekile uma ukukhuluma  kungabangela  ukungabaza noma amaphutha wokukhuluma futhi namaphutha wokubhala.

  • Ubuntu nokuziphatha   kuyaguquka njengokuziphatha   okuwonayo   noma okuphoqayo,ukunganaki,ulaka,ukuhoxa emphakathii kanye  noma  ukulahlekelwa uzwelo intshisekelo noma ugqozi.

  • Ukunqaba   emandleni ukwenza   izahlulelo nezinqumo

 

​UKUPHELELISA

Ngenxa yokwehla kwemisebenzi yokuqonda njengokuba nenkinga yokukhumbula kanye nenkinga ekusebenziseni ulimi alukhulumayo,ukunciphaekwahluleleni,njll,kuzoholelaezinkingenizokwelashwanempiloefana no:

  • Ukutuleka   kokuxhumana   okufanele kwezimpawu ezinjengobuhlungu   obukhona   noma izimpawu zezinye   izifo   okungenzeka   ukuthi ubenazo

  • Isiguli   asikwazi ukulandela uhlelo olunqunyelwe   lokwelashwa

  • Qaphela   imiphumela    emibi   yemithi.

Njengoba isifo   se-Alzheimer’s    siqhubeka izinguquko ezenzeka ebuchosheni ziqala ukuthinta imisebenzi yomzimba njengokungwinya,ukuzimelela,ukungasakwazi  ukulawula indle noma umchamo okungaholela:

  • Ukuphefumulela ekudleni   noma   uketshezi emaphashini,eyaziwa nangokuthi  yi-aspiration.

  • Ukutheleleka okufana ne-pneumonia

  • Ukwanda kwengozi yokuwa   okuthi ngaleyo ndlela kwandise ingozi yokuqhekeka (ukuphuka)

  • Izilonda   ezibangelwa   ukuhlala ulele embhedeni eside isikhathi

  • Ukungondleki   noma ukomisa   ikakhulukazi   uma   kungekho   muntu   ozobanakekela

 

UKHETHO LOKWEZOKULASHWA

I-Alzheimer’s ayilapheki,nokho ukuqhubekela phambilikungacipha.Kudingekaiqembuelinhlobonhlobo lezokwelapha okubalwausonhlala kahle,umsebezi wezandla,udokotela wamathambo(Physiotherapist),abahlengikazi kanyenodokotela.Kunjaloamapharmacological kanye nama-non-pharmacological okulashwa kwe-Alzheimer’s.

I-pharmacological treatment zihlukaniswe ngezindlela zokwelapha amandla okukhumbula,ukuziphatha,ushintsholokulala njll.I-non-pharmacologicalihlanganisaukwelaphakokuziphathaokuqondayo (ukuphathwa kwenqondoyokuzicabangela),ukuzivocavocanemisebenzi,ukwelashwa kwengqondo,njll.

 

UKUGUQULWA KANCANE INDLELA YOKUPHILA

  • Izinguquko endleleni yokudla:ukudla  okuphansi emafutheni  anamandla,imikhiqizo emisha  enjengezithelo  nemifino,amafutha anempilo

  • Landela udokotela nokwelashwa   kwezinye izimo ezingamahlalakhona njengesifo sikashukela,umfutho wegazi ophakeme,i-cholesterol,njll.Izimo ongase ubenazo

  • Xoxisana nodokotela ngamasu wokuyeka ukubhema.

  • Vivinya umzimba   njalo   ukuze   uhlale ukhuthele emgqondweni nagokomzimba.

  • Bamba iqhaza   emicimbini   yomphakathi   njengokufunda,ukudansa ukudlala imidlalo yebhodi,ukwenza  ubuciko,ukudlala  ama-instrumenti,futhi noma yini efaka  ingqondo  nokuzibandakanya  emphakathini.

Disclaimer


The contents of this website are for informational purposes only and do not constitute medical advice; the Content is not intended to be a substitute for professional medical advice, diagnosis, or treatment.  Always seek the advice of a physician or other qualified health provider with any questions you may have regarding a medical condition. Never disregard professional medical advice or delay in seeking it because of something you have read on this website.

 

Ukuziphendulela

Okuqukethwe kule-webhusi(website) kungokwaziswa izinhloso kuphela futhi azibandakanyi iseluleko sezokwalapha,okuqukethwe akuhlosiwe ukuba kube yingxenye esikhundleni sobungcweti besiluleko sezokwelapha,ukuxilongwa,noma ukwelashwa. Njalo ufune iseluleko sodokotela noma omunye umhlinzeki wempilo oqeqeshiwe nganoma yimiphi imibuzo ungase ube nayo mayelana nesimo sezokwelapha. Ungalokothi unqabeiseluleko sezokwelapha ochwepheshe,noma ukubambezeleka ekufuneni  ngenxa yento oyifunde kule-webhusi(website).

BoitatolÔ

 

Tshedimosotlopolo ya website ena ke ho thlahisa lesedi fela, ha eme   lehatong la ngaka hoba baoki. Otlamehile ho bona ngaka hoba mooki hore ba arabe dipotso ka bolwetsi. O seke wa thlokomologa hoba wa diega go bona ngaka ka morago ga go bala website

Boikemelo 

 

Dintho tse ka hare ho website ke bakeng  sa morero ea tlhahisoleseding feela. Lula o batla keletso ho ngaka kapa mooki hore  a arabe lipotso ka maloetse. Oseke oa hlokomoloha le ho lieha ho etela ngaka ka mora ha hore o bale website

 

© 2023 by Health Window(cc) South Africa. Proudly created with Wix.com

bottom of page