top of page

UKUBEKA ENDAWENI I-HORMONI KWEZOKULAPHA

IYINI I-HRT?

Ukwelashwa kwezinhlayiyana (Hormone) okungemithi esetshenziselwa ukufaka esikhundleni sezinhlayiyana(hormone) abesifazane (i-estrogen ne-progesterone) aphelelwa emzimbeni futhi awasakhiqizwa ngumzimba kwabesifazane ngemuva kokunqamuka kwenkathi yokuya  esikhathini.

I-HRT ngokuvamile kufanele iqalwe eminyakeni emibili  kuya kwemithathu kwabesifazane ngemuva kokunqamuka kwenkathi yokuya esikhathini kwabesifazane

I-HRT ingaba ukhilimu noma ama-gel,izindandatho zesitho zangasese sowesifazane,izibhebhe(tablets) kanye nama-patches abekwa phezu kesikhumba somzimba.

IZIMPAWU ZE-HRT

  • Ukwelashwa ukunqamuka kwenkathi yokuya esikhathini.

  • Ukuvimbela Isifo sokuchachamba kwamathambo kwabesifazane abesekhulile  (iminyaka engama>55) nokuncipha   kwamathambo kwabesifazane  abanqamuka esikhathini ngaphambi kwesikhathi(<40 ngaphansi  ngeminyaka)

  • Izimpawu ezikhombisa i-urogenital atrophy.

UKUPHIKISANA

  • Umlando we-thromboembolism

  • Thrombophilia

  • Umlando wesifo senhliziyo esingumahlalakhona noma kohlangothi

  • Okwamanje  noma umlando webele,i-endometrial noma ezinye izinhlobo zomdlavuza  oxhomekeke ku-estrogen

  • Isifo sesibindi

  • Ukopha okungalandelangwa okungapheli kokuchama kwegazi

  • Umfutho wegazi ophezulu ongalashwa

  • I-Porphyria

  • I-migraine enzima

INKINGA

  • Isifo senhliziyo

  • Ukufa kohlangothi

  • Ama-clots egazi

  • Umdlavuzi webele

IMIPHUMELA EBONAKALAYO YE -HRT

  • Ububele besifuba

  • Ukuphuma kwegazi

  • Ukuqhakaza

  • Isicanucanu

IZINGUQUKO ZOKUSHINTSA INDLELA YOKUPHILA UMA UKU-HRT

  • Umuzwa wokubhema

  • Indlela yokuphila enempilo okufanele ibandakanye nokudla okunempilo,ukulawula ukucindezelwa nezimo ezingamahlalakhona ungaba nazo njenge-cholesterol

  • Nciphisa ukuphuza utshwala

  • Ukuqoka izingubo ezigexayo

Disclaimer


The contents of this website are for informational purposes only and do not constitute medical advice; the Content is not intended to be a substitute for professional medical advice, diagnosis, or treatment.  Always seek the advice of a physician or other qualified health provider with any questions you may have regarding a medical condition. Never disregard professional medical advice or delay in seeking it because of something you have read on this website.

 

Ukuziphendulela

Okuqukethwe kule-webhusi(website) kungokwaziswa izinhloso kuphela futhi azibandakanyi iseluleko sezokwalapha,okuqukethwe akuhlosiwe ukuba kube yingxenye esikhundleni sobungcweti besiluleko sezokwelapha,ukuxilongwa,noma ukwelashwa. Njalo ufune iseluleko sodokotela noma omunye umhlinzeki wempilo oqeqeshiwe nganoma yimiphi imibuzo ungase ube nayo mayelana nesimo sezokwelapha. Ungalokothi unqabeiseluleko sezokwelapha ochwepheshe,noma ukubambezeleka ekufuneni  ngenxa yento oyifunde kule-webhusi(website).

BoitatolÔ

 

Tshedimosotlopolo ya website ena ke ho thlahisa lesedi fela, ha eme   lehatong la ngaka hoba baoki. Otlamehile ho bona ngaka hoba mooki hore ba arabe dipotso ka bolwetsi. O seke wa thlokomologa hoba wa diega go bona ngaka ka morago ga go bala website

Boikemelo 

 

Dintho tse ka hare ho website ke bakeng  sa morero ea tlhahisoleseding feela. Lula o batla keletso ho ngaka kapa mooki hore  a arabe lipotso ka maloetse. Oseke oa hlokomoloha le ho lieha ho etela ngaka ka mora ha hore o bale website

 

© 2023 by Health Window(cc) South Africa. Proudly created with Wix.com

bottom of page