top of page

ISIFO SAMATHAMBO

Kulapho ukwakhekha kwethambo kwehla ezingeni (ithambo libebuthakathaka futhi libebuhlungu).

Amathambo ababuthakathaka futhi abebuhlungu kangangoba angcina kubanezinkinga ezingajwayelekile noma ukuwa.

Iguli ezinesifo samathambo zisengozini enkulu yokuphuka kwamathambo ikakhulu inqulu(Hip),umgogodla kanye nesihlakala(wrist).

IZIMPAWU ZESIFO SAMATHAMBO

  • Ubuhlungu bomhlane

  • Ukulahlekelwa ukuphakama ngokuhamba kwesikhathi

  • Isimo sokugobeka

  • Ukuphuka kwathambo okwenzeka kalula kungamelekanga.

UKUXILONGWA KWESIFO

  • Ukuhlolwa isibalo samaminerali esisethanjeni - (BMD) ukuqinisekisa ukubakhona kwesifo samathambo esigulini.

  • Ukuhlolwa kwe-BMD kuphephile futhi akubuhlungu

  • Lilinganisa ubukhulu bamathambo

Ukuhlolwa kwe-BMD kuzosiza ukutholwa kwesibalo sobuncane benani lethambo lisesesigabeni sokuqala okosiza ukuphephisa enkingeni yokuphuka esikhathini esizayo nokuthola ukuthi izinga lokulahleka kwamathambo losiza nodokotela wakho ekukukhetheleni ukwelashwa okufanele.

UKUPHELELISWA KWESIFO

  • Ukuphuka kwamathambo,ikakhulukazi umgogodla noma inqulu(Hip) yinkinga enkulu kakhulu yesifo samathambo.

  • Ukuphuka kwenqulu ngokuvamile kubangelwa ukuwa futhi kungabangela ukukhubazeka.

  • Ukulawula Isifo sakho          

  • Imithi yesifo samathambo ingaciphisa ukuphuka kwamathambo.

  • Gqugquzela impilo engcono yamathambo ngokusebenzisa ukudla okunomsoco wekalsiyamu amasaplimente ukuzivocavoca kanye nemithi enqunyiwe.

bottom of page